UMBHALI waseMgungundlovu uDkt Thembinkosi "Themba" Qwabe ubaqwaqwade emakhanda abedlana nabo imilala ngezinkondlo zesiZulu kwi-9th Avbob Poetry Competition. UQwabe ungomunye wabahlabene kulo ...
I-ANC izophenya ubulungu iphinde ithathele izinyathelo owesilisa okhiphe umyalelo kuFacebook, wokuthi kudlwengulwe kuphinde kubulawe umholi weMarch and March, uNkk Jacinta Ngobese Zuma, ngoLwesibili.
Usomabhizinisi owaba sematheni kusabalala i-video “esabisa” abesifazane ngokubabulala endaweni yokudlela eGoli, uLawrence Chamurwa Mudzinganyama, uvele enkantolo yeMantshi yaseRandburg ebhekene ...
LIGAYA ngomunye umhlathi ekuholweni kwezibonelelo zikahulumeni ngenyanga ezayo njengoba inhlangano ekhokha izibonelelo kuleli, i-South African Social Security Agency (SASSA), icubungula eyokushintsha ...
NGIKHUMBULA iHyundai Staria ifika ngo-2021 izovala isikhala se-H1 abanye babeyibiza ngawo wonke amagama ongawacabanga. I-router, ingulube maningi kodwa kusuka lapho kuze kube yimanje kwaHyundai ...
KUSOLWA umbango wangaphakathi kwiNFP ngokusala ngaphandle kwenqwaba ebiphakanyiselwe ukumela iqembu okhethweni lohulumeni basekhaya esiFundeni Ugu. Inqwaba yamalungu eNFP abephakanyiselwe ukungenela ...
USUBEKWE ezithebeni zomphakathi ukuthi uphawule ngoMthethosivivinywa ozobekela abaqashi isikalo sabantu bokufika okumele babaqashe, i-Employment Services Amendment Bill. Okuqukethwe uMthethosisekelo ...
A bold, accessible and proudly Zulu platform that tells the stories of its people, in their language, on their terms. As an IOL brand, isolezwe.co.za covers news, sport, politics, community, and ...
KULINDELWE inzuzo yemali elinganiselwa ku-R798 million emnothweni wedolobha iTheku ngempelasonto yangesonto elizayo yomjaho wamahhashi nezemfashini waminyaka yonke iHollywoodbets Durban July. Lokho ...
KUZOBE kuwubumnandi bodwa KwaZulu-Natal, njengoba kunochungechunge lwemicimbi yokugubha iNyanga yamaGugu kusukela namuhla kuze kushaye iSonto. - AMABHINCA azobe engangoZulu uya eMakheni eMkhosini ...
Amaphoyisa aseNingizimu Afrika (SAPS) axwayisa abesifazane baseKempton Park nezindawo ezizungezile, ikakhulukazi endaweni yaseRhodesfield, ukuthi baqaphe kakhulu kulandela ukutholakala kwezidumbu ...
UMQEQESHI weqembu lesizwe lika-Under 20, uRaymond Mdaka, unethemba lokuthi abadlali bakhe bazokwazi ukumelana nengcindezi yokudlala umqhudelwano iCosafa U20 Men's Championship beyiqembu elivikela ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results