NGIKHUMBULA iHyundai Staria ifika ngo-2021 izovala isikhala se-H1 abanye babeyibiza ngawo wonke amagama ongawacabanga. I-router, ingulube maningi kodwa kusuka lapho kuze kube yimanje kwaHyundai ...
LIGAYA ngomunye umhlathi ekuholweni kwezibonelelo zikahulumeni ngenyanga ezayo njengoba inhlangano ekhokha izibonelelo kuleli, i-South African Social Security Agency (SASSA), icubungula eyokushintsha ...
USUBEKWE ezithebeni zomphakathi ukuthi uphawule ngoMthethosivivinywa ozobekela abaqashi isikalo sabantu bokufika okumele babaqashe, i-Employment Services Amendment Bill. Okuqukethwe uMthethosisekelo ...
UMBHALI waseMgungundlovu uDkt Thembinkosi "Themba" Qwabe ubaqwaqwade emakhanda abedlana nabo imilala ngezinkondlo zesiZulu kwi-9th Avbob Poetry Competition. UQwabe ungomunye wabahlabene kulo ...
I-ANC izophenya ubulungu iphinde ithathele izinyathelo owesilisa okhiphe umyalelo kuFacebook, wokuthi kudlwengulwe kuphinde kubulawe umholi weMarch and March, uNkk Jacinta Ngobese Zuma, ngoLwesibili.
Usomabhizinisi owaba sematheni kusabalala i-video “esabisa” abesifazane ngokubabulala endaweni yokudlela eGoli, uLawrence Chamurwa Mudzinganyama, uvele enkantolo yeMantshi yaseRandburg ebhekene ...
KUSOLWA umbango wangaphakathi kwiNFP ngokusala ngaphandle kwenqwaba ebiphakanyiselwe ukumela iqembu okhethweni lohulumeni basekhaya esiFundeni Ugu. Inqwaba yamalungu eNFP abephakanyiselwe ukungenela ...
A bold, accessible and proudly Zulu platform that tells the stories of its people, in their language, on their terms. As an IOL brand, isolezwe.co.za covers news, sport, politics, community, and ...
UFUNA kuphele ngezitolo zabokufika endaweni umndeni wentombazanyana yase-H2, eSikhaleni, eMpangeni, kulandela ukuthi igule yashona kade idle ama-chips ngeSonto. U-Anele Nomagugu Tshabalala (2) kuthiwa ...
EMINYAKENI edlule okuyiwona makhonya wamaSport Utility Vehicle (SUV) ngobukhulu nangentengo akwaVolvo Cars bekuyi-XC90 kodwa manje leso sicoco siphethwe yi-EX90. Phela i-EX90 ihamba ngogesi webhethri ...
Icala elibhekene nowayenguSomlomo wePhalamende, uNosiviwe Mapisa-Nqakula, lihlehliswe yiNkantolo eNkulu yaseGauteng (ePitoli) layiswa ngomhlaka-7 kuMandulo wezi-2026 ukuze kukhishwe isinqumo mayelana ...
OMELE i-DA embangweni wesobumeya kuMasipala waseMngeni, uMnuz Chris Pappas, unxuse abantu ukuthi baphinde banikeze iqembu lakhe ithuba okhethweni lohulumeni basekhaya oluzayo ukuze baqhubeke ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results