I-ANC izophenya ubulungu iphinde ithathele izinyathelo owesilisa okhiphe umyalelo kuFacebook, wokuthi kudlwengulwe kuphinde kubulawe umholi weMarch and March, uNkk Jacinta Ngobese Zuma, ngoLwesibili.
UMBHALI waseMgungundlovu uDkt Thembinkosi "Themba" Qwabe ubaqwaqwade emakhanda abedlana nabo imilala ngezinkondlo zesiZulu kwi-9th Avbob Poetry Competition. UQwabe ungomunye wabahlabene kulo ...
NGIKHUMBULA iHyundai Staria ifika ngo-2021 izovala isikhala se-H1 abanye babeyibiza ngawo wonke amagama ongawacabanga. I-router, ingulube maningi kodwa kusuka lapho kuze kube yimanje kwaHyundai ...
Usomabhizinisi owaba sematheni kusabalala i-video “esabisa” abesifazane ngokubabulala endaweni yokudlela eGoli, uLawrence Chamurwa Mudzinganyama, uvele enkantolo yeMantshi yaseRandburg ebhekene ...
USUBEKWE ezithebeni zomphakathi ukuthi uphawule ngoMthethosivivinywa ozobekela abaqashi isikalo sabantu bokufika okumele babaqashe, i-Employment Services Amendment Bill. Okuqukethwe uMthethosisekelo ...
KUSOLWA umbango wangaphakathi kwiNFP ngokusala ngaphandle kwenqwaba ebiphakanyiselwe ukumela iqembu okhethweni lohulumeni basekhaya esiFundeni Ugu. Inqwaba yamalungu eNFP abephakanyiselwe ukungenela ...
Ubanjwe ecashe Obuka, eMelmoth, ngoLwesithathu ebusuku umsolwa obefunwa ngamaphoyisa ngamacala okubulawa kwabantu abayisishiyagalolunye eSydenham, eThekwini, ngo-Okthoba ka-2021. Kuthiwa abantu ...
AMANAZARETHA aseBuhleni abhoka ayakhahlela ngokuqashwa emikhosini yaleli bandla kwamaciko ayizingunguluza, okuyigama okubizwa ngalo abantu abangakhonzi kuleli bandla. Ebekhuluma emakhasini aleli ...
Babhodle nabangakudlile abasifazane ezinkundleni zokuxhumana ngesikhathi uMka Nkosi uNomzamo kaMyeni Zulu ethumela umlayezo wothando kwiSilo uMisuzulu kaZwelithini. OkaMdolomba unikele enkundleni ...
UMPHATHISWA wezokuThuthukiswa koMphakathi olengelwa yizembe, uNksz Mbali Shinga, ufake umbhalo obhinqayo ezinkundleni zokuxhumana kulandela ukubhuntsha kokufungiswa komholi weNFP, uMnuz Ivan Barnes, ...
ikhulu isililo kamaphoyisa omgwaqo ngokudlula emhlabeni kwephoyisa lophiko lweRoad Traffic Inspectorate, uTim Simpson, oshone ngemuva kokuthi imoto yombuso abehamba ngayo igqabuke ilangabi kuN2 ePark ...
Amaphoyisa agasele emzini kaNgqongqoshe wamaPhoyisa osekhefini eliyisipesheli, uMnuz Senzo Mchunu, KwaZulu-Natal ngoMsombuluko ntambama ashaqa iselula yakhe. Lokhu kushiwo wumkhulumeli wakhe uMnuz ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results