UPHUMELE obala uNdunankulu waKwaZulu Natal, uMnuz Thami Ntuli wezwakalisa ukukhathazeka kwakhe ngabantu bokufika abanezibhamu. UNtuli ubekade ekhuluma esithangamini sabezindaba mayelana nothuthuva ...
ABASOLWA ababili ababefunwa ngamacala okubulala nokuzama ukubulala eMariannhill, badutshulwe bafa ngesikhathi kudutshulwana namaphoyisa eTafelkop, ngaKwaNdengezi, ngoLwesine ntambama. Amaphoyisa ...
UMCULI kamaskandi ophila nokukhubazeka ngokungakhuli, uMongezi "Mayoghurt" Jama, uthi sekume emphinjeni ukucwaswa wuzakwabo uZanefa Ngidi (naye oyiciko likamaskandi) ngenxa yokuphila ne-dwarfism.
NGIKHUMBULA iHyundai Staria ifika ngo-2021 izovala isikhala se-H1 abanye babeyibiza ngawo wonke amagama ongawacabanga. I-router, ingulube maningi kodwa kusuka lapho kuze kube yimanje kwaHyundai ...
IMIZI emithathu icekeleke phansi, kwaphazamiseka amalungu aleyo mindeni yomithathu awu-14 ngenkathi kuhlasela imvula enamandla ehambisana nezikhukhula KwaZulu-Natal yonkana, elokhu iqale ngasekuqaleni ...
Amaphoyisa aKwaMashu acela usizo emphakathini ukuba kukhonjwe futhi kutholakale laba bantu abasezithombeni. Abaphenyi bakholelwa ukuthi laba bantu bangahlinzeka ngolwazi olubalulekile oluzosiza ...
UMQEQESHI weqembu lesizwe lika-Under 20, uRaymond Mdaka, unethemba lokuthi abadlali bakhe bazokwazi ukumelana nengcindezi yokudlala umqhudelwano iCosafa U20 Men's Championship beyiqembu elivikela ...
LINCIPHE lahlala kumaphuzu amane igebe leMamelodi Sundowns eshiya ngalo i-Orlando Pirates esicongweni se-log yeBetway Premiership kulandela ukuwina kweZimnyama kwiDurban City ngoLwesine ebusuku ...
UMnyango wezeMpilo kuzwelonke uthi usebenza ubusuku nemini ukuzama ukuthola ukuthi yini eyenza kunyuke isibalo sabahaqwa yisifo iMpox njengoba sekuqinisekiswe abangu-18 abatholakale naso. Abaningi ...
Umqondisi wenkampani i-Mabula Forestry and Construction oyamaniswa nethenda lokuthengela umasipala waseMfuleni izimoto udedelwe ngebheyili likaR30 000. UMpho Edward Malema (40), uvele eNkantolo ...
NJENGOBA sekusondele usuku olwaziwa ngokuthi yi-World Rabies Day, olugujwa emhlabeni jikelele ukukhuthaza ukugoma izinja ukuthi zingaphathwa yisifo samarabi, uhlaka olubhekele lokho ezweni i-National ...
KUKHONJWA izikhulu zoMnyango weMfundo eyisiSekelo, okukhalwa ngokuthi uhudula izinyawo kwelokulungisa inkinga yebhilidi lamahhovisi obekusebenzela kuwona abasebenzi boMnyango, osekuphele izinyanga ...