A bold, accessible and proudly Zulu platform that tells the stories of its people, in their language, on their terms. As an IOL brand, isolezwe.co.za covers news, sport, politics, community, and ...
NGIKHUMBULA iHyundai Staria ifika ngo-2021 izovala isikhala se-H1 abanye babeyibiza ngawo wonke amagama ongawacabanga. I-router, ingulube maningi kodwa kusuka lapho kuze kube yimanje kwaHyundai ...
UMBHALI waseMgungundlovu uDkt Thembinkosi "Themba" Qwabe ubaqwaqwade emakhanda abedlana nabo imilala ngezinkondlo zesiZulu kwi-9th Avbob Poetry Competition. UQwabe ungomunye wabahlabene kulo ...
I-ANC izophenya ubulungu iphinde ithathele izinyathelo owesilisa okhiphe umyalelo kuFacebook, wokuthi kudlwengulwe kuphinde kubulawe umholi weMarch and March, uNkk Jacinta Ngobese Zuma, ngoLwesibili.
Usomabhizinisi owaba sematheni kusabalala i-video “esabisa” abesifazane ngokubabulala endaweni yokudlela eGoli, uLawrence Chamurwa Mudzinganyama, uvele enkantolo yeMantshi yaseRandburg ebhekene ...
LIGAYA ngomunye umhlathi ekuholweni kwezibonelelo zikahulumeni ngenyanga ezayo njengoba inhlangano ekhokha izibonelelo kuleli, i-South African Social Security Agency (SASSA), icubungula eyokushintsha ...
USUBEKWE ezithebeni zomphakathi ukuthi uphawule ngoMthethosivivinywa ozobekela abaqashi isikalo sabantu bokufika okumele babaqashe, i-Employment Services Amendment Bill. Okuqukethwe uMthethosisekelo ...
KUSOLWA umbango wangaphakathi kwiNFP ngokusala ngaphandle kwenqwaba ebiphakanyiselwe ukumela iqembu okhethweni lohulumeni basekhaya esiFundeni Ugu. Inqwaba yamalungu eNFP abephakanyiselwe ukungenela ...
AMADODA Omkhuleko ebandla lamaLuthela eseketheni laseThekwini asenxuse ukuba luphathwe ngendlela enobuNkulunkulu udaba lwabokufika kuleli abangenazo izimvume.Udaba lwabangaphandle lusematheni kulezi ...
Iphoyisa elineminyaka engu-34 ubudala, u-Elias Moeketsi Pinkoane, osebenza e-Orange Farm SAPS Detective Branch, uvele phambi kweNkantolo yeMantshi yaseSebokeng ngamacala okubulala nokuzama ukubulala.
UBECELE ukuthwetshulwa isithombe nesoka lakhe phambilini osukwini, ngelithi sizodingeka maduze uma selimbulele, owesifazane waseSiqungeni, eMthwalume, okusolwa ukuthi ligcine limbulala ngempela ...
INHLANGANO yezempilo emhlabeni, i-World Health Organization (WHO), isidalule ukuthi balinganiselwa ngaphezu kwa-1 billion emhlabeni jikelele abaphila nezifo nezimo okuyamene nokusebenza kwengqondo, ...